OwoZalo kumthwalise kanzima ukudlala indawo kaBen 10

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA -

yakhe ethanda izinto ezibizayo nemali.

Lo mlingisi uthi uthwale kanzima elingisa le ndawo aphinde abhekane nenkinga esechazela abantu asondelene nabo ngayo. Uthe bakhona abambuza ukuthi kodwa umshaya kanjani ngesinqandi umama omdala kunaye.

“Ngichaza nsuku zonke, sekuze kwaba

yivesi lemihla ngemihla ngoba nasekhaya bafike bakhuze bababaze into abangibone ngiyenza emdlalweni. Udadewethu nje wayengibuza ukuthi kunjani ukuqabula umuntu omdala,’’ kusho lo mlingisi ephela yinsini.

Uthe ngaphandle kokulingisa useqale ukusebenza njengomqondisi wemidlalo ukuze abe nenye into ayenzayo angathembeli entweni eyodwa.

“Uma ulingisa kuke kuphele

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.