IPASI NESIPESHELI

Isolezwe ngeSonto - - IZINDABA -

kugcine sekusisiza kakhulu ngoba sikwazile ukubaqoqela ndawonye nokubalekelela balungiselele izivivinyo zabo nangezimpelasonto.

INGABE kuliqiniso ukuthi eGauteng nase-Eastern Cape kunezigameko ezibikiwe zokuphazamiseka kokuhlolwa?

AKUZONA izinto ezitheni. Kunabafundi abahamba ngezitimela ababegcina sebefika ngemuva kwesikhathi endaweni yokubhala. Abanye befika nomafoni bezobhala. Lezo zinto sizibhala phansi njengezihibe embikweni yethu ngoba azivumelekile. Akuzona kodwa izinto esingaze sithi ziphazamise ukuhlolwa kuka-matric noma sithi zingaba nomthelela omubi kwimiphumela.

INGABE nilindele miphi imiphumela kulo nyaka?

SILINDELE ukuthi ibe mihle. Ibe ngaphezulu kweyonyaka odlule. Noma ngabe sinyuke ngo 1% kungasijabulisa kakhulu. Umgomo wethu ukuthi sifinyelele ku-100%, ngakho ukunyuka kwemiphumela noma ikancane kangakanani kuyasijabulisa ngoba kukhombisa ukuthi

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.