Sengathi uThandiswa angagqokiswa kahle

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

UMA ekhona umsiki wengqephu osezingeni elicokeme akasize uThandiswa Mazwai.

Akayazi into okuthiwa ukugqoka kahle ukuthi yinto enjani.

Sengathi uvele acele noma ngubani ezwe ukuthi uyathunga bese ethi akamthungele.

Emva kwalokho bese engazibuki esibukweni uma esegqokile ukuthi uyabukeka yini.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.