UMalahle udlale ngabantu enza umsebenzi

Isolezwe ngeSonto - - EZOKUNGCEBELEKA -

BEKUMELE lo mculi kamaskandi okuthiwa uMalahle angawenzi umsebenzi wokuhlabela amadlozi uma engaqinile kahle ephaketheni. Ngibona eseshuthe nezithebe ezinenyama encane engathi bekuqhathwa amasenti ukuze ithengwe. Le nyama oshuthe nayo Malahle ingadliwa abantu ababili bangasuthi futhi. Uma kungukuthi ubuwenzela amadlozi umsebenzi, kuzomele uwuqale phansi kufana nokuthi awenzanga lutho.

UMALAHLE

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.