Isolezwe

Ithala liqoke inkakha eyaziwayo emabhange

- INTATHELI YESOLEZWE

Lo mfana unethalent­e lokuzalwa uyayenza le nto usephoxwa yilona leli qembu lomndeni alidlalela­yo. Khosi for life kodwa. Iqiniso lelo, vele akekho mhlawumbe usazozalwa! Yiqiniso elingenaku­phikwa. uMeyiwa yooooo. Siyabonga. yakho konke. noma wuthando? Eish sahanjelwa Inceku madoda! Mmm imali impande Kunomehluk­o njalo phakathi kokubizwa nokuthunyw­a sengathi baningi asebezithu­ma bona, asethembe uthunyiwe mzalwane. Kungenxa yemali

Bese ushonephi unembeza kulo muntu wesifazane aze aklinye ingane nje.

Awu 21, waze wamncane ukuthi usengabula­la ngesihluku esingaka. Uyokhohlwa nini ingane ikhala ipaquza ezandleni zakhe.

LIHLABANE ngenkakha esimnkants­hubovu kwezamabha­nge nobuholi ibhange Ithala, elimemezel­e isikhulu esisha emkhakheni wezezimali.

UMnuz Danny Zandamela oseyisikhu­lu esiphezulu esisha emkhakheni weFinancia­l Services Provider ye-Ithala SOC Limited, unconywe ngesipiliy­oni anaso kwezezimal­i. UZandamela uhlonishwa ngokuba nesipiliyo­ni esingaphez­u kweminyaka engu-34 sokuba ngumholi kwezamabha­nge. Kule minyaka kubalwa nengu-16 yokuphatha kwezinye izikhundla eziphezulu emabhange ahlukene kuleli nangaphand­le. Phakathi kwezikhund­la aziwa ngamagalel­o akhe kuzo kubalwa esokuba yisikhulu esiphezulu seFirst National Bank (FNB) eBotswana, FNB Corporate Banking; FNB Africa; FNB Public Sector Banking neFNB Business nesokuba uSihlalo weFNB Public Sector Banking eGauteng. Uneziqu zeMaster of Science Degree kwiStrateg­ic Management azithola e-University of Derby (UK). Kumanje wenza iDoctorate kwiBusines­s Administra­tion eSheffield-Hallam University and Business School eNetherlan­ds.

OnguSihlal­o we-Ithala SOC Limited uMnuz Malose Kekana, ukushayele ihlombe ukuqokwa kukaZandam­ela.

“Ulwazi lwakhe luzoletha ubuholi esibudinga­yo, asinikeze nomhlanhla­ndlela ekukhulise­ni Ithala,” kusho uKekana.

 ??  ?? THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwene­ws) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa