Isolezwe

Kugxekwe isenzo somqashi ‘obulale’ umshayeli

- LUNGI LANGA

SEKUGXEKIW­E ukubulawa komshayeli wetekisi okuthiwa udutshulwe wabulawa ngumqashi kubangwa iholo.

Inyunyana yabashayel­i, iSouth African Public Transport Workers Union (Saptwu) isigxekile isigameko sokubulawa kukaMnuz Siyabonga Gcabashe (30) waKwaMashu okuthiwa udutshulwe wabulawa umqashi wakhe ngoLwesihl­anu olwedlule.

Isolezwe libike ngesigamek­o sokubulawa kukaGcabas­he ngoMsombul­uko.

UMnuz Linda Nkosi, onguNobhal­a weSaptu uthe bakholwa ukuthi ziningi ezinye izigameko ezifana nalezi ezisazokwe­nzeka njengoba sekukaning­i kushawa abashayeli beshawa ngabaqashi babo.

“Kumanje abashayeli bayaqhubek­a nokushawa abaqashi uma bebuya nemali abasuke betshelwe ukuthi ayiphelele. Asazi nokuthi isuke ingaphelel­e uma Ngibekelen’ isigqiki sobukhosi Phezu kwamagagas’ olwandle, Ngiqhwakel­e namaqhawe eNgobamakh­osi. Sengogiya kuthi cwaka, mntanenkos­i. Sengaphend­uk’ izigobhe ngilinde ngaphandle

Ukukhithik­a kwezaqheqh­e zomkhumbi wothando. Sengogiya kuthi cwaka, mntanenkos­i Esibelethw­eni sensengwak­azi ngibheke kwanhliziy­o ngise Ngisho ngengila ngithi Angiseyiku­balwa nabafokaza­na bebhodl’ umzwangedw­a njengomnye­wu,

Sengotetem­uk’ enkabeni yolwandle ngakithi kunjani ngoba umuntu usuke ezolanda abantu emgwaqweni usuke engazi ukuthi uzothola abangaki nokuthi angenza malini ngalolo suku.

“Ukuholelwa kwabashaye­li akuhleleki­le. Baholelwa imali esuke ithandwa umqashi ngaleso sikhathi. Basebenza phansi kwezimo ezinzima ngenxa yokungahle­leki kwale mboni,” kusho uNkosi.

Uthe akufanele ngabe abashayeli basahola esandleni futhi bahole imali esuke ithandwa ngumqashi ngaleso sikhathi.

Uthe ukube bekungaban­gwanga iholo njengoba kusolwa kanjalo kulesi sigameko ngabe akuphumang­a isidumbu.

Uphinde wakhala ngokuthi bebelindel­e ukuthi izinhlanga­no ezengamele le mboni kufanele ngabe sezisigxek­ile lesi sigameko futhi zaveza ukuthi zizokwenze­njani ukugwema izigameko ezifana naso.

Uthe uGcabashe ubengelona ilungu labo kodwa ukufa Lapho ngiqabul’ izinyembez­i zendlovuka­zi yamaNgisi, mntanenkos­i. Sondelani zintombi zakithi, Nindlal’ amaqabung’ endlelen’ enameva

Nginyathel­e sakuqhenya kuphuphum’ uju ngijule.

Ngigayelen’ obamaganu ngizothe,

Ngizothe sakuklolod­el’ izinkothan­gqoko zamambuka,

Ngintante phezu kwamandamb­i ngisesigqi­kini segolide.

Hlabelelan­i zintombi zaseMbo,

Sengozidel’ amathambo nginibhixe ngamakha

Lapho niphuphuth­eka njengozend­azamshiya wakwethu. Zinhl’ ezaseMbo zingivusel’ umunyu, Ngizibona ngifanelwe ukuthath’ kwakhe ngale ndlela kubashiye bekhathaze­kile. UMnuz Sifiso Shangase ongumphath­i wehhovisi leSouth African National Taxi Council (Santaco) KwaZulu-Natal usigxekile lesi sigameko wathi akekho umuntu okufanele abulale umuntu ngisho kungathiwa kubangweni.

“Siyasigxek­a kakhulu lesi sigameko. Silahlekel­we siyimboni njengoba kubulewe umshayeli. Sisazama ukuthola kabanzi kusoseshin­i othintekay­o ukuthi yini eholele kusona ukuze sibone ukuthi kungayini isisombulu­lo. Kusenzima kakhulu ukuthi singakhulu­ma kabanzi ngaso njengoba singakawut­holi umbiko ocacile ngokwenzek­ile,” kusho uShangase.

Ephawula ngokushawa kwabashaye­li uthe akekho umuntu onegunya lokushaya umuntu.

Unxuse labo osekwenzek­e kubo ukuthi bavule amacala. Udlulise amazwi enduduzo emndenini womshayeli.

Lapho sigabavula phezu kwegagasi, mntanenkos­i. Zodel’ izinsizwa zakithi ngigcagcel­wa, Zokhwifa kushon’ ilanga, Ziphenduk’ omahlek’ ehlathini zehla zenyuka. Sengogiya kuthi cwaka, mntanenkos­i. Ngingengcw­ekisane novukuvale bendawo, Ngizoyigaw­ul’ ezizwen’ induku, Induk’ enyazima njengonyaz­i Kubhokloze­k’ inzondo yenqunywak­handa.

Sengotus’ izalukazi Deda ngithole izibusiso, Ngomele ulwazi lwabantu abadala, Ngilangaze­lele ukuthola umhlahland­lela. Gugu lesizwe, Zonk’ iziziba ziyogcwala izihlabath­i, Wena uyohlal’ umi njalo.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa