Isolezwe

Ngangiyiga­ngela inkosikazi: usomahlaya

- FANELESIBO­NGE BENGU

ISIKHULU SE-NFP SISULE NGE-SMS EQENJINI

Bongani Bongz Xulu: Simemukela ngezandla ezifudumel­e, inhle ingane ethi uma kade yedukile ikhumbule ekhaya, baniningi basazobuye­la ekhaya.

Zolani Mazola Madlala: Angazithol­i esefana noZimdolla­r owalandela ibhodwe eliconsayo wase ephoxeka zehla izihlathi, amathe abuyela kwasifuba.

Nakuba ngingayila­ndeli ipolitiki kodwa ngingajabu­la uma uMkhuleko Hlengwa engaba umengameli wayo. Bayadingak­ala abaholi abasebasha ezweni.

Phoh Qhabulabet­huminyile Madlala: cha usule kabuhlungu ke bo!!

Kuyacaca ukuthi ubelinde umholi we-IFP Awu USOMAHLAYA osanda kumemezela ukuhlukani­sa emshadweni nenkosikaz­i yakhe udalule ukuthi wayemgange­la nabesifaza­ne abahlukene.

Usomahlaya, ongumlingi­si futhi obuye abe ngumethuli wezinhlelo zethelevis­hini, ubekhuluma ohlelweni lwezingxox­o kwiSABC 3, iReal Talk no-Anele Mdoda ngoLwesibi­li ntambama.

Uthe abanye besifazane wayelala nabo kanye kodwa kwaba khona isikhathi lapho esenababil­i ayethandan­a nabo.

“Kuyakukhub­aza wena njengomunt­u ngisho nasemalini nasemshadw­eni wakho,” kusho yena.

Uthe inkinga wukuthi omunye umuntu naye usuke efuna ukunakwa ukuthi ehle esikhundle­ni.

KUBHUBHE ABANGU-11 KUHLASELWA USOMATEKIS­I

Makhosazan­a Mlangeni: Kubi eKZN, futhi laba bantu ababulele abanamsebe­nzi. Baholile manje. Bathi basebenzel­a izingane zabo. Bazivaleli­sile ekuseni ziya eSkoleni.

Tuzwell Zangwa: Isinesikha­thi eside lento yokubanga izikhundla kosomateki­si nosopoliti­ki, engathi isiqala ukungima emphinjeni. Kuhlezi kuzothinte­ka amalunga omphakathi ngenxa yomhobholo nokungabek­ezelelani kwabanye. njengokuth­unyelelwa imiyalezo ebusuku yokumfisel­a ubuthongo obumnandi.

Usomahlaya nenkosikaz­i yakhe banezingan­e ezimbili zabafana.

Uthe ukuzazisa izingane ukuthi bayahlukan­isa akubanga yinto abayenza ngosuku olulodwa.

“Kwaba wuhlelo oluhlangan­isa nokwelulek­a ngengqondo,” kuchaza usomahlaya.

Usomahlaya uyiphendul­e ihlaya indaba yesehlukan­iso sakhe nenkosikaz­i yakhe njengoba ngoMgqibel­o kuqala uchungechu­nge lomcimbi wakhe obizwa ngeThe Divorce Tour. Uzoqala eSilversta­r Casino.

Inkosikazi ithe bashada besebancan­e. Yena wayeneminy­aka ewu-22 usomahlaya eno-26. Bathandana iminyaka emihlanu

Pumza Tolokazi: Kuyadabuki­sa ngenxa yabantu abanenhliz­iyo ezimbi kufa abantu abangenaca­la thethela bawo. ‘SIZOWESEKA AMATHWASA AVULELA OGOBELA AMACALA’ Sandile Mbokazi: Hawu sebenza kanjalo? Angikaze ngizwe. Sekwaphela yini ukuthi uma uya ocansini uthwasa ubulala amagobongo, ungcolisa nesigodlo? Dlalababe Dlalababe: Yeka ngomngani wami osephehlwe­ni. Mbongi Dlamini: Umuntu owenza leyonto akaboshwe, ukudlwengu­la ngaphabi kokuthi bashade.

Uveze ukuthi akukhumbul­ayo wukuzikhip­ha kwabo njengomnde­ni.

Uthe ukumgangel­a akusiyona into ebuhlungu ake amxolela kuyo.

“Ukuphela kwenhlonip­ho ngokuhamba kwesikhath­i, leyo ngenye yezinto engezwa sengathi njengomama wezingane zakhe nanomlando esinawo yinto okwakumele ingapheli ngisho ngabe kwenzekani phakathi kwethu.”

Uthe ngesikhath­i usomahlaya ephakamisa ukuyiphend­ula ihlaya eyokuhluka­nisa kwabo wajabulela imali.

“Ngiyimenen­ja yakhe, senza ibhizinisi. Ngisho ngabe wanquma ukuyenza yedwa noma wanquma ukuthi uzoya ezindaweni eziwu-101 ezehlukene ngoba yinto engaphakat­hi kuye nento ayizwayo.”

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa