Isolezwe

WINA AMA-CD NESOLEZWE NE-UNIVERSAL MUSIC

-

IBUCS ILAHLE ITHUBA LOKUQHWAKE­LA

Xolani MzukulukaM­anyosi Shandu: Ngabe kungcono ukube kuthiwa iBaroka elahle ithuba lokuqhwake­la okuyilona qembu elikhulu, hhayi iPirates.

Mthobisi Sweet-well Khumalo: Amaqembu amaningi aseyasaba ukuba phezulu ngoba wehla kabuhlungu uma iSundowns seyifuna indawo yayo

Khoc MaKhosie Myez: Hhayi suka kade babesiphox­a kodwa labafana noma belithola ithuba kodwa lutho ISOLEZWE nabase-Universal Music baphisana ngamaCD okubalwa kuwo akaDJ Merlon, Zakes Bantwini, Robbie Malinga, Dr UMASKANDA USONGELA UNYOVEST NGEMABHIDA

Syanda Shange: Bengisathi ngiyayisho le ndaba ukuthi omaskandi ngeke bayizwe le yokugcwali­sa iMabhida bekhona. Kungcobo ngoba sebeke baba nemicimbi eCurries Fountain nakwa Mai Mai. Sibafisela inhlanhla.

Sipho Thee Legacy Gamede: Hhayi ngeke akakhohlwe uKhuzani. Tumi, DJ Ganyani noPrince Kaybee.

Ukuzibeka ethubeni lokuziwine­la ama-CD thumela igama elithi “ISOCD” Kulokhu udinga izindlela ezinobuchu­le zokukhangi­sa umcimbi, akuyi ngabalande­li onabo.

Xolani Mxova Mtshali: Impucuzeko Maskandi Festival (Maskandi World Cup) esuke ihlanganis­e bonke abaculi abaphambil­i kumaskandi ngeke iyigcwalis­e iMoses Mabhida, abalandeli bakamaskan­di baningi impela ngiyavuma kodwa abazwani. Lento ka Khuzani angayizama nje, aphisane ngamathiki­thi. Mina angiboni eyigcwalis­a ezimele, ngaphandle uma ezofaka nabanye abaculi. ku-33258, iSMS ibiza uR1.50. Abawinile bazokwazis­wa ngocingo.

Umncintisw­ano uzovalwa kusasa ngo-8 ekuseni.

 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa