Imicimbi ngezithombe

Isolezwe - - IZINDABA -

KUBA yinjabulo ukuhlangana kwezihlobo, abangani nomakhelwane emicimbini ehlukene. Nakule mpelasonto bekusaqhutshwa lona lolo siko lobumnandi kuhlangene imindeni nabangani.

Ngeke uze uzoyize umcimbi uma ungekho umculo, ukudla, iziphuzo nezibiliboco. Nakuleli sonto sinethulela imicimbi ehlukahlukene lapho bekuhlangene imindeni kubuswa kujatshulwe.

Sikuthatha sikubeke kule micimbi ngezithombe.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumela izithombe zihamba nombhalo ngobekwenzeka kwi-email ethi: isolezwe@inl.co.za nethi nontuthuko.ngubane@inl.co.za

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.