Isolezwe

Imicimbi ngezithomb­e

-

KUHLALE kumnandi uma kuhlangene izihlobo, abangani nomakhelwa­ne emicimbini ehlukene.

Nakuleli sonto siniphathe­le imicimbi ehlukene lapho bekuhlange­ne khona imindeni nabangani kubuswa kujatshulw­e.

Sikuthatha sikubeke kule micimbi ngezithomb­e.

Uma ufisa kuvele owakho umcimbi kuleli khasi ungathumel­a izithombe zihamba nombhalo ngobekwenz­eka kwi-email ethi: isolezwe@inl.co.za

 ??  ?? KUQHUME umkikizo kulethwe umembeso kaNksz Ayanda Dube obembeswa uMnuz Celamandla Chiya. Umembeso ubusuka eSwidi uze kubo kamakoti kwaHhobhu ka-E. Esithomben­i wumkhwenya­na nomakoti nodadewabo bakamakoti uNonhle noThobeka
KUQHUME umkikizo kulethwe umembeso kaNksz Ayanda Dube obembeswa uMnuz Celamandla Chiya. Umembeso ubusuka eSwidi uze kubo kamakoti kwaHhobhu ka-E. Esithomben­i wumkhwenya­na nomakoti nodadewabo bakamakoti uNonhle noThobeka
 ?? Isithombe: KEVIN NGCOBO ?? BAZE bafanelana abantu. UNksz Sithoko Mazibuko ubembeswa nguMnuz Fano Ndlovu waseMarian­nhill. Umembeso ubukwamako­ti eYellowood Park
Isithombe: KEVIN NGCOBO BAZE bafanelana abantu. UNksz Sithoko Mazibuko ubembeswa nguMnuz Fano Ndlovu waseMarian­nhill. Umembeso ubukwamako­ti eYellowood Park
 ??  ?? AWUKHO umcimbi ongeke walunga eMax’s Lifestyle. Nalapha bebezijabu­lisa kwaMax benze umcimbi wabo
AWUKHO umcimbi ongeke walunga eMax’s Lifestyle. Nalapha bebezijabu­lisa kwaMax benze umcimbi wabo

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa