Ubuyela enkantolo ngoLwesibili

Isolezwe - - IZINDABA - INTATHELI YESOLEZWE

UPITCH BLACK AFRO KWELOKUFA KOWAKWAKHE

Unique Mkhize: Hhayi kunzima amajele azogcwala abantu abaneziphiwo namathalente ahlukene uma kunje.

Thembinkosi Khumbulani: Kanti wayefuna ucherry ontofontofo wayefuna ukumukhimbila.

Nokuthula T Ngcobo: Mhlawumbe izinsolo. ICHIEFS ISIZE IPIRATES ISHAYA IWITS

Ndofaya Leonie Mchunu: Abanikazi beligi basasele emuva kabi ngemidlalo qhubekani nje niphuphe emini.

Sibongiseni Petros Shezi: Yona le Pirates eyahlezi isizwa njalo kwakwenzenjani ayikwazi ukuzimela. Kodwa okusalayo ngisho ingasizwa kanjani ngeke iyinuke indebe iyogcina ngakho ukuqhwakela phezulu ku log bese iyehla

Khuleh W Mgabhy: Cha izenzele yona angithi nayo iyasifuna isicoco seligi!

KUFUNWA ABAZALI BOSANA OLUTHOLWE NGAKUJANTSHI WESITIMELA

Siyabonga Nkosingiphile: Asikho isdingo sokufuna abazali ngoba ingane ishiywe uyena umzali wayo. Ingane ayitholelwe indawo ezophila kuyo ize ikhule.

Thobile Zulu: Nizomenzani umzali ngoba uyilahlile nje, funelani ingane abazali abasha.

Isithombe: SIMPHIWE MBOKAZI

UZOBUYELA enkantolo ngoLwesibili oluzayo uPitch Black Afro osolwa ngokubulala inkosikazi yakhe nokuphazamisa ukusebenza komthetho

THUMELA umbono ngalolu daba kuFacebook (Isolezwe), kuTwitter (@isolezwenews) noma umqhafazo ku-45773. I-sms ibiza R1,50.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.