Ngibongela abaka-matric wango-2018

Isolezwe - - IMIBONO -

Umhlali weseMpumalanga MHLELI: Ngokukhethekile, ake ngibongele bonke abafundi, enhla nasezansi, abaphumelele uGrade 12 wango-2018. Ngithi kulabo abangaphumelelanga, akukona ukuphela komhlaba nabo kusasa sizobe sihalalisela bona, abavuke bazithathe.

Engithanda ukukushayela ihlombe kakhulu ukuthi seloku kuphume imiphumela besingakezwa ngabazibulele ngenxa yokungaphumeleli.

Sengathi bekungaba njalo yonke iminyaka, singaphinde sizizwe izigameko ezimbi ngenxa yokungaphumeleli. Thulani Sengane ENTUZUMA

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.