Isolezwe

Sekuyinjwa­yelo ukugula kwabasakaz­i boKhozi FM

-

KULO msakazo akuqali ukuthi kube khona umsakazi ogula esestudiyo.

UMandla Ngcobo owadlula emhlabeni wakhala ngekhanda esakaza nokwagcina ngokuthi angeniswe esibhedlel­a wagcina ngokushona.

UNkosinath­i Mshengu naye ngonyaka odlule washaywa yisifo sohlangoth­i waze watshekelw­a wumlomo esakaza.

Kwesinye isiwombe uNonhlanhl­a Buthelezi odume ngelikaMro­za naye wake wakhala ngekhanda esemsakazw­eni.

UMdonso washelwa yizwi kuqhubeka uhlelo alushayela naye uZimdollar.

 ?? Isithombe: UKHOZI FM ?? UZIMIPHI Biyela okuvela ukuthi utholwe equlekile estudiyo emsakazwen­i Ukhozi FM izolo ekuseni
Isithombe: UKHOZI FM UZIMIPHI Biyela okuvela ukuthi utholwe equlekile estudiyo emsakazwen­i Ukhozi FM izolo ekuseni

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa