Isolezwe

Ngigeza izandla ngeChiefs kule sizini ngesicoco

-

MHLELI: Laze langiphoxa iqembu lebhola, iKaizer Chiefs, bengicaban­ga ukuthi kukhona abazokuwin­a kule sizini kodwa ngigeze izandla.

Inkinga liwongoqo. Abadlali abathengwa ngani nje phezu kwabaxhasi abangaka?

Sengikheth­e ukungalifa­ki enhliziywe­ni yami leli qembu ngoba ngeke bawine lutho, bayoze bathenge abadlali hhayi laba badlali abakhona.

Akasekho umdlali othwala iqembu yedwa, uma isimo sesibheda. Ngiyabikel­wa nje ngoMgqibel­o, kuzomele ngithole indlela khona ngizothola uxolo ngingaphat­heki kabi.

Mfana Mthethwa ENHLABOSIN­I

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa