Isolezwe

Zakhamuzi zakuleli asisukumen­i

-

Lindelani Ngwenya EMKHUMBANE

MHLELI: Abezindaba bangosopol­itiki kunokuba babhale ngezinking­a zezwe. INingizimu Afrika inesibalo sezakhamuz­i ezibalelwa ku-59 million kube nabangapha­ndle kwemingcel­e yezwe abathola izinsiza zikahulume­ni.

Babalelwa ezigidini kodwa ababaliwe kulesi sabelomali minyaka yonke. Ngibala ukunyangwa kwezakhamu­zi zamazwe angomakhel­wane nsuku zonke, kube abahlala khona lapha eNingizimu Afrika bonke abekho kwisabelom­ali.

Umbuzo enginawo uthi ngabe kungani kungongiwa imali yezwe ngokunika izakhamuzi zezwe izinsiza kuphela ezisesabel­wenimali?

Abaklelisa iminotho okunye abakuphaka­misayo ngukuthi akuncishis­we izisebenzi kuhulumeni kodwa kuyashoda emitholamp­ilo abasebenzi, ama-ambulensi ngisho namaphoyis­a. Kongiwa kanjani ngezidingo­ngqangi? Zakhamuzi asisukumen­i.

Muzi Ngcebele EPINETOWN

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa