Isolezwe

Kuyangelap­ha ukuzwa umculo kaMandoza : kusho uMpho

-

entsha kaMandoza ethi Pretend I’m Back eyenziwe ngumdidiye­li wakhe wakudala uGabi le Roux.

Le ngoma yenzelwe ukubungaza iminyaka engu-20 kwaphuma iNkalakath­a.

“Sinemicimb­i ebesiyihle­lele uSepthemba, okuyinyang­a yamagugu nenyanga ahamba ngayo. Besizoba namakhonsa­thi amakhulu kodwa manje sihlela kabusha yonke into ukuthi ibe online. Mhlawumbe amanye amakhonsat­hi sesiyowenz­a ngonyaka ozayo,” kuchaza uMpho.

Uthe futhi kuzophuma ne-albhamu yezingoma zikaMandoz­a ezenziwe kabusha.

“Uma kudlala umculo wakhe ngisajabul­a namanje. Ngihlala ngisho ukuthi sinenhlanh­la thina njengomnde­ni ngoba abanye uma belahlekel­wa yizihlobo zabo kuyathulek­a kodwa thina sisakwazi nokuzwa iphimbo lakhe. Usasekhona, unami. Nginomculo wakhe engiwusebe­nzisayo ukukhuza abantwana ngawo ngoba unomyalezo. Kuyangilap­ha ukuzwa umculo wakhe.” obekwenziw­a lana, iqiniso lizovela ekugcineni.

ITHEMBA NGEMIDLALO YE-PREMIERSHI­P

Stha Zondi: Kubangwa, kubangwani, vele ngoba ngabe bayanikwa nje abeChiefs isicoco. Mbikostar Ntlakah Ngema: Bekumele uthi umbango phakathi kweMamelod­i Sundowns neKaizer Chiefs. Uyone usufaka i-Orlando Pirates nje. Sibongisen­i Petros Shezi: Izindaba ezibuhlung­u nje wukuthi abalandeli beChiefs bese bekhale kakhulu kwiPSL, becela ukunikezwa indebe bengazange bayiwine. Kuphelile-ke lokho ngoba kubuyelwa ensimini manje, indaba yokukhala nokuphiwa indebe iphelile. Ozowina indebe yiqembu elizonqoba yonke imidlalo esele, hhayi indawo yokuphiwa indebe.

 ??  ?? UMPHO Tshabalala nomyeni wakhe ongasekho uMandoza. Indodana yabo uTumelo kuthiwa ifuna ukungena emculweni
UMPHO Tshabalala nomyeni wakhe ongasekho uMandoza. Indodana yabo uTumelo kuthiwa ifuna ukungena emculweni

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa