Zululand Eyethu

Lushisa phansi olokuchibi­yela

- Larry Bentley

ZONKE izindlela zizobe zibheke eMlalazi kuWadi 10, njengoba abavoti bezobe bemagange ngokuvotel­a amaqembu abawathand­ayo, okhethweni lokuchibiy­ela, oluzoba ngoLwesith­athu lomhlaka 29 November.

Njengoba kunabavoti abangu-4 659 asebebhali­sile, lesi sikhala savuleka ngemuva kokudlula emhlabeni kweKhansel­a lesigceme, nelalingus­ihlalo wegatsha likaKhongo­lose, uMnuz. Mbuyiseni Zwane (47), owashona ngemuva kokuxinwa wukugula. Umufi uZwane wanqoba lolukhetho, emele i-ANC okhethweni loHulumeni basekhaya olwalungon­yaka ka-2016, nalapho okwaphuma khona abantu abalingani­selwa ku-59.85.%.

Labo asebebhali­sele amavoti ayisipeshe­li bazovota ngoLwesibi­li, lomhlaka 28 November. Mane amaqembu azobanga lolukhetho. Owokuqala ozobe emele i-ANC nguThokoza­ni Ziqubu, Mavis Mdluli weDA, Siyabonga Ntombela we-EFF noSibonaka­liso Mdletshe we-IFP.

By-election fever hits uMlalazi Ward 10

 ??  ?? Sekubonaka­la ngazo lezi zingqwembe ukuthi ukhetho lushube kangakanan­i
Sekubonaka­la ngazo lezi zingqwembe ukuthi ukhetho lushube kangakanan­i

Newspapers in English

Newspapers from South Africa