Zululand Eyethu

TUMI MORAKE

-

KODWA ave kubuhlungu ukuzwa ngokuthi khona umuntu odlwenguli­we, ikakhuluka­zi uma lowo muntu eseku hle iminyaka engaphezu kwewu-20. Nangu osomahlany­a uTumi Morake usebhoboke isifuba ngokuthi eseneminya­ka engu-15 wadlwengul­wa umuntu ayemthemba, ngesikhath­i efundela ukuba umdansi. Uthi uMorake lendaba useyixoxa ngoba ufuna ukwenza umehlukho, ngenxa yokuthi sekukaning­i ezwa ngabantu besifazane behlukunye­zwa kodwa kungenziwa lutho. Sithi qina Tumi sengathi umehluko ungenzeka ngempela.

Newspapers in English

Newspapers from South Africa