Isonto lisongwe kungozi makhaza eRandini yize livule lisimeme
UMsombuluko
IRandi livuleke ngamandla limi kwama-R17.30/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lama-17.40. IRandi livuleke ngamandla limi kwama-R20.10/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lama-R20.15. IRandi livuleke ngamandla limi kwama-R17.45/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwangoLwesihlanu olwedlule lama-R17.52.
ULwesibili
IRandi livuleke ngamandla limi kwama-R17.11/US$ kwathi ngokuhamba kwesikhathi laqina lafinyelela kwama-R17.04 ngehora leshumi nambili emini uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa kwayizolo elingama-R17.30. IRandi livuleke ngamandla njengoma limi kwama-R20.01/UK£ futhi kamuva laqina lafinyelela kwama-R19.94 uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma liqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lama-R20.10. IRandi livuleke ngamandla kwi-R17.35/€ futhi kamuva laqina lafinyelela kwi-R17.31 uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa layizolo le-R17.45.
ULwesithathu
IRandi livuleke lintekenteke kakhulu njengoba limi kwi-R17.40/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo lama-R17.11. IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngama-R20.07/UK£ uma liqhathaniswa ne-UK Pound Sterling, i-Great Britain Pound (GBP), uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula layizolo lama-R20.01.
IRandi livuleke libuthakathaka kakhulu njengoba limi kuR17.40/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo lika-17.35.
ULwesine
IRandi livuleke libuthakathaka kakhulu ngama-R17.46/US$ uma liqhathaniswa nedola laseMelika, uma liqhathaniswa nezinga lokuvulwa layizolo lama-R17.40 IRandi livuleke lintekenteke kakhulu ngama-R20.16/ UK£ uma liqhathaniswa neUK Pound Sterling, Great Britain Pound (GBP) , uPondo, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvula izolo lama-R20.07. IRandi livuleke libuthakathaka kakhulu ngama-R17.43/€ uma liqhathaniswa ne-Euro ye-European Union, uma kuqhathaniswa nezinga lokuvulwa izolo lama17.40.