Ilanga Lempelasonto

NGANGITHI SENGITHOLE UBAMBO LWAMI KUYE

-

UMBUZO: NGINGOWESI­FAZANE (23), ngithandan­e nomuntu ngazitshel­a ukuthi nguyena ubambo lwami. Ube eseqala ukwenza izethembis­o angazigcin­i, athi uzofona kodwa lutho.

Ngelinye ilanga ngimfonele wangayibam­ba ifoni ngase ngizwa izindaba zokuthi unomunye umuntu athandana naye, wayengakaz­e angitshele mina. Ngibe

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa