Ilanga Lempelasonto

ISIDINGO

-

UWENDY uyaqala emsebenzin­i erec. Unikiwe uyaqhubeka nokugwema ukgothalo okhathazek­ile. Unina ubona umuntu abengalind­ele nhlobo ukumbona eshibhini. Ukgothalo akeneme neze ngendaba kanikiwe yokungafun­i ukusondela­na naye. Ukgothalo uphoxekile ngokuthi unikiwe uyaqhubeka nokumqheli­sa eduze kwakhe uma ezama ukumsiza. U-ofentse ubhekana ngqo nobarker, amfake isibhakela. Khona lapho ubarker uhlaselwa wukugula - ngabe uzomhlenga u-ofentse noma uzomshiya kanjalo? Unikiwe ubhekana nesitha.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa