Ilanga Lempelasonto

RHYTHM CITY

-

USABELO usola okuthile ngovega negenge yakhe. Umampho uyazama futhi. Kuvela obunye ubufakazi obusha BEDNA - kodwa ngabe kwanele ukukhulula usuffo? Upalesa uhlasela indoda thizeni. Ukhululeka okwesikhas­hana uniki ngesimo sikasuffo. Amaphoyisa nomsolwa omusha. Umampho uqhamuka nomunye umbono kodwa ushakes umshiya kanjalo. Ukop ucwaninga ngeyokukho­khela i- ezimele ngedna yomsolwa. Ubash uvikela uniki, kodwa uniki ubalekela kudavid, ufuna usizo. Uniki uzama ukunxenxa ubash ukuba ahoxise ukukhipha ingonyuluk­a.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa