UZALO
UMNGANI omdala kamangcobo ukhuza ibuya, uzoqeda ngo-innocentia. Othile obalulekile kugc usho amazwi akade ewalangazelele. Upastor Mdletshe nomanzuza bathuswa wukuhamba kukabhomu ngaphandle kukamaximba. Ubhomu uyexwaya uma ezwa umaximba ebeka imibandela emisha ngobudlelwano babo. Umxolisi ucela upastor Mdletshe ukuba angenelele ngaphambi kokuba umanzuza nomumsy badale uqhekeko emndenini. U-innocentia uhlangana nopatjutju obukeka enobungani nobuhlakani. Ngabe uthobile usemtholile umaqondana?