Ilanga Lempelasonto

SINENKINGA YAMANZI

-

MHLELI: Sinenkinga endaweni yakithi emadulwini, ehluhluwe, kukhona abantu abangenawo amanzi, abanye bethu abanabo ompompi emagcekeni kodwa amanzi aseyaphuma.

Lana abanompomp­i bayawadayi­sa amanzi noma ucela ibhakede elilodwa nje umuntu ufuna imali, esho nokusho ukuthi ngeke uwathole amanzi ekubeni kungamanzi kahulumeni.

Cebane Sokhela emadulwini ehluhluwe

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa