BABULALA UKHOZI FM

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

MHLELI, ngikhala ngalaba basakazi abaxuba ulimi lwesingisi nolwesiZulu. Mina ngazi ukuthi ukhozi FM lusakaza ngesizulu.

Kungaba ngcono bavele bayofuna umsebenzi kwimetro FM hhayi le nto abayenzayo besibulalela ukhozi.

Xolani Gabuzela EMSINGA

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.