INKINGA YAMANZI EMSINGA

Ilanga langeSonto - - Izindaba -

MHLELI: Indawo yangakithi esigodini inhlesi, emsinga, inalo ikhansela kodwa alisisizi ngalutho, lisiza abeqembu lalo kuphela - wena ongekho eqenjini lalo aliyingeni indaba yakho.

Kuvela amathuba omsebenzi libize abeqe- mbu lalo. Amanzi asinawo kodwa alenzi lutho. Sesifile wukuthenga amanzi. Sicela izikhulu eziqondene nasemsinga zisisize, safa wukuhlupheka. Okhathazekile

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.