Ilanga Lempelasonto

RHYTHM CITY

-

UMNDENI kasuffo usenkingen­i kanti usabelo uzithola engena shi kwigenge yase-68. Upearl uphikisana nezifiso zikadavid.

Umapula usenkingen­i njengoba ungasekho umholo kasabelo. Ugail ufuna ukubaleka futhi kodwa udavid usanendlel­a yokumbamba. Usabelo uthunyelwa kusuffo. Kubukeka sengathi usabelo usengene wathi shi, sekunzima ukuba usuffo amsize. U-emmanuel usebuswa yimpumelel­o. Udavid udlala ugail. Ubongi wenza impilo kalerato ibe nzima, usabelo uyaqhubeka nokuzinza kwigenge.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa