SCANDAL!

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

OWESILISA othile owaziwa ngokuba ngumuntu oqotho, kutholakala ukuthi unobuchule bokuqamba amanga. U-eddie ukhathazekile ngowesifazane ake wamsiza phambilini. Abazali benza isinqumo ngengane yabo, banethemba lokuthi isinqumo sabo sihle. Kubukeka sengathi akekho osesikhundleni ozimisele ngokusiza umholi osafufusa. Iphupho lentombazane esencane liyaphumelela. Ubudlelwano sebufike esiphethweni, baqhubekela phambili nempilo. Uphindile kumele enze sengathi akakaze ezwe lutho ngodaba oludingidwayo. Uphindile uphoxwa yisicelo somndeni.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.