SKEEM SAAM

Ilanga langeSonto - - Ezikaqedisizungu -

UKAT uthatha igxathu elizoqinisekisa ukuthi uba nekusasa eliqhakazile. Uleshole wehluleka wukugcina isethembiso sakhe. Umantuli uphathwa kabi ngakuzwa endodakazini yakhe. Ubig Boy ulimele. Ukat akazimisele ngokuthula ebona ubugebengu obenzeka phambi kwakhe. Umantuli uqaphela okungalungile okwenzeka esibhedlela. Uleshole uthola izindaba ezimnandi. Isazela sidlala ngosister Mokarati. Ubudlelwano bukamantuli nopretty buqhubeka nokunyakaziseka.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa

© PressReader. All rights reserved.