Ilanga Lempelasonto

EKHISHINI:

-

Amathisipu­ni amathathu (45 ml) emajarini (Flora Gold)

Ithisipuni (5ml) yeginger egreyithiw­e

Uhlamvu lwe- garlic clove egayiwe

Isipuni (15ml) sefreshly chopped mint

Isipuni (10 ml) seRobertso­ns Lemon Pepper

Izipuni ezintathu (45 ml) zoju

Izipuni ezimbili (30 ml) ze- soya sauce

Ama- lamb chop

ayi-8

Ncibilikis­a imajarini, uthose i- ginger ne- garlic imizuzu emibili.

Susa emlilweni bese wengeza ngamahlamv­u e- mint, i- lemon pepper, uju ne- soya sauce, ukuhlangan­ise.

Thela phezu kwenyama ( lamb chops) ukuyeke imizuzu engama-30 ukuze ingene kahle i- sauce.

Braya emalahleni ashisa kahle, hhayi kakhulu - imizuzu emithathu noma kuze kushe ngendlela oyithanday­o.

Uma uthanda ungafaka ama- chicken breast angenasikh­umba kuyo le-sauce obuyiseben­zisa.

 ?? UMTHOMBO NGABE: FLORA ISITHOMBE NGABE: FLORA STRONG HEART ?? ZITIKE ngamaacwil­iswe kwiyenoju, ehla esiphundu.
UMTHOMBO NGABE: FLORA ISITHOMBE NGABE: FLORA STRONG HEART ZITIKE ngamaacwil­iswe kwiyenoju, ehla esiphundu.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa