NGIYAFA YINDLALA YASEKAMERENI
ngokwanele uma usuneminyaka engama-31.
Umbuzo omkhulu ususele ngakuwena njengoba ushilo ngenhla uthi “nginowesifazane engithandana naye”. Iqiniso limile nje lithi akunandaba ukuthi abantu bakini bayamthanda yini umuntu othandana naye, okubaluleke kakhulu empilweni wukuthi wena naleyo ntokazi niyathandana yini.
Okwesibili, ubukeka sengathi wawuzimisele ngokuthi nibe nengane, isiyeza-ke, khohlwa abantu bakini ukuthi bathini ngayo ulalele inhliziyo yakho ukuthi ithini ngalo muntu wesifazane othandana naye. Iminyaka ayisho lutho kakhulu inqobo nje uma nithandana nihloniphana.
Abantu bayonijoyina ngendlela ngoba sebebonile ukuthi intombazane uyayithanda. Uma intombazane uyithande ngempela abekho abantu abaseceleni abangenza ukuba ungayithandi.
Akufuneki uma uzothanda umuntu ulokhu ubuza abantu abaseceleni noma ulalela bona ukuthi bathini ngaye. Uma kuza othandweni asilaleli ngisho abazali ukuthi bathini. PASTOR, inkinga yami ikumyeni wami. Ngashada ngonyaka wezi2016, kwaba mnandi, siya nasenkonzweni yasekamelweni. Inkinga yaqala ngowezi-2017. Ngoncwaba (August) uma sihlangana, imizuzu emithathu ibiba miningi mina ngingakafiki ndawo, manje sesiyalala kuphela, inyanga ize iphele ngingakaze ngithi mbibi. Ngenzenjani?
IMPENDULO: