Ilanga Lempelasonto

YINI INKINGA YAKHO WE-DJ BSTER

-

UDJ Webster useqala ukungixaka manje ngoba lapho akhona kunokukhul­uma okusukayo.

Eminyakeni embalwa eyedlule esasebenza nedirrango Records kwakungoko­kuqala ekhipha ingoma yakhe kodwa wagcina esegcwele emaphephen­i eyibanga nodj C’ndo, wayithatha uuc’ndo.

Uwebster wazilandel­a ukelly Khumalo benza efana nayo le. Ngithukile-ke namanje uma ubiggie ofaniswa nomshunqis­i evela ngegama lakhe uwebster.

Ukusho ukuthi wena Webster awuyifuni into enokuthula phakathi. Isiyalo sami sithi ziqalele into yakho entsha okungeke kukhulume muntu ngayo, abantu bazoyithan­da khululeka.

 ??  ?? DJ Webster
DJ Webster

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa