SCANDAL!
UROMEO uba ngusomaqhinga kusomaqhinga owaziwayo, ugrace udidekile njengoba kukhona oboshwayo ehhotela. Ustokkies ubhekene nabantu abakhathazekile. Ithemba lokugcina likayvonne liyashabalala. Uromeo uyethuka ngesikhathi kukhona okhala kuye engalindele kanti uquinton uvakashelwa ngumuntu abengamlindele. Uyvonne uzithola ephindela lapho aqala khona. Uquinton uzama ukulawula isimo esithile esinzima. Uromeo uzithola esebunzimeni. Indodana iphoxwa nguyise, imnika isexwayiso. Uquinton usanganiswa wukuthi akakwazi ukukhuluma iqiniso.