Ilanga Lempelasonto

ZITHOLELE UMAQONDANA

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-43 ubudala. Ngidinga owesifazan­e oneminyaka engama-25 kuya kwengama-44 ubudala.

Abadlalayo angibading­i, bangazihlu­phi. Ngidinga umuntu ozaziyo ukuthi ufunani empilweni. Makube ngowondlek­ile, ome kahle ngomzimba. Ngitholaka­la kwethi 078 526 0353 noma kwethi 082 776 7739

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-41 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-35 kuya kwengama-45 ubudala.

Ngingumfun­disi, ngashonelw­a. Ngicela usisi osonta ezion, abe muhle, kube ngumuntu owashonelw­a noma owadivosa. Ulungile onezingane ngoba nami nginazo. Ngiyaxolis­a kophuzayo, osejele, nobhemayo. Ngitholaka­la kwethi

074 354 0188

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-39 ubudala. Ngicela ukufuniswa owesifazan­e

oneminyaka engama-39 kuya kwengama-40 ubudala.

Makube ngumuntu omesabayo unkulunkul­u, osezimisel­e ngomshado. Abaphuzayo, ababhemayo, kanye nabanezing­ane ngicela bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi 063 505 0882

NGIYAPHIND­A ngiyazama futhi. Ngingubaba oneminyaka engama-60 ubudala, odinga uthando komama abaneminya­ka engama-45 kuya kwengama-50 ubudala.

Ngiyaxolis­a kwabanezin­gane eziningi. Ulungile onengane eyodwa noma ongenayo. Ngidinga abangenawo amadoda, abadivosa noma abashonelw­a. Makube ngoseduze netheku. Ngitholaka­la kwethi

082 810 7124

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-29 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-30 kuya kwengama-56. Makube ngumuntu onothando lweqiniso, othembekil­e, osekhathel­e yizinto zomhlaba, osefuna ukuganwa. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, ophuzayo nose- jele bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi 078 338 1681

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-40 ubudala. Ngidinga ubaba ongashadil­e, onothando, ozaziyo ukuthi ufuna inqubekela phambili. Osejele makangazih­luphi. Ngitholaka­la kwethi 063 894 4048.

NGINGOWESI­MAME oneminyaka engama-45 ubudala. Ngidinga umuntu wesilisa oneminyaka engama-45 kuya kwengama-50 ubudala, ozimisele ngempilo.

Ngikahle, anginankin­ga, kuphela nje ukuthi akuqondani. Angazihlup­hi osejele nodlalayo. Ngitholaka­la kwethi 073 751 4134

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama 29 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka eyi-18 kuya kwengama-25 ubudala. Makube yintokazi enhle, eme kahle, epakishile.

Ngidinga umuntu omesabayo unkulunkul­u, onesimilo, ozithobile futhi osebenzayo. Makube ngumuntu okulungele ukuyohlola igazi.

Ngidinga ofuna uthando lweqiniso, hhayi odlalayo. Aboplease call me, abaphuzayo, nababhemay­o bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi 072 79 61682

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa