UZALO
UNKUNZI uthola indlela yokwenza umangcobo avume konke akushoyo, umastermind wenza isivumelwano noqhabanga.
Uthobile uthwele kanzima esalon. Ikilabhu idala ingxabano emzini wakwamhlongo. Ngokunganaki uqhabanga udala ingxabano phakathi kukamastermind nothobile.
Ekugcineni uzekhethelo uthola ukududuzeka ngokushona kukanina. Kungabe umondli uyakuqaphela ukuthi uxosha unosipho? Umastermind noqhabanga sebeyithimba, bathola ukuthi unkunzi uyabalandela. uqhabanga ubhekene nenkinga yokushintsha unosipho umqondo ukuba amkholwe.