Ilanga Lempelasonto

SKEEM SAAM

-

UMANTULI ukhetha ukubhekana nezinto ngendlela yakhe. Ucelia uthola ukuthi kukhona obe sephutheni ngokuthile.

Wonke umuntu ukhathazek­ile ngokwaito notbose. U-alfred nocharles bakhuluma nesitha sabo. Isikole kasikathol­i ukuthi ngubani odwebe u-alfred.

U-emkay ushaqwa wukubona othile efika enkundleni yegalofu. Ukwaito uyatholaka­la kodwa kunemibuzo ethile engaphendu­lekile. U-emkay unikwa umsebenzi ongase ufake utbose nokwaito enkingeni.

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa