Ilanga Lempelasonto

# MY BHULULU

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-36 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu omfishane ulungile onabantwan­a, makube ngumuntu ozimisele ngomshado. Ngiyaxolis­a abadlalayo ababhemayo abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi:0825953606.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-37 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-39-45 ubudala. Ngicela umuntu osebenzayo ngoba nami ngiyaseben­za, ofuna ukwakha umuzi. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi:0621092139.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-33 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-25-35 ubudala. Ngidinga intokazi elambele yomele uthando ezimisele ngempilo eya phambili, oseduze netheku. Ngiyaxolis­a abadlalayo ababhemayo abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi:0624340594.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-36 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-29-40 ubudala. Makube ngumuntu ozithanday­o osebenzayo, ozimisele ngempilo eya phambili ofuna uthando lwangempel­a. Ngiyaxolis­a abadlalayo ababhemayo abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi:0720457413.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-40 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-45-50 ubudala. Ngicela insizwa enothando esikhathel­e okomhlaba eyaziyo ukuthi ifunani empilweni yayo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi:0787005733.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-42 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-40-45 ubudala. Ngicela umuntu owomele uthando olambele iqiniso nemfudumal­o, owaziyo ukuthi useqedile ngokwasemh­labeni. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi:0630988355.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-28 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-28-30 ubudala. Makube ngumuntu ophila impilo yobu gay, ozimisele ngokuqala kabusha impilo eya phambili. Ngiyaxolis­a abadlalayo ababhemayo abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi:0633442452.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-50 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-45-55 ubudala. Ngicela umuntu owaziyo ukuthi udingani empilweni yakhe, onothando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi:0748329285.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-47 ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-45-50 ubudala. Ngicela umuntu ozaziyo ukuti ufunani empilweni yakhe, kube ngumuntu osebenzayo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi:0824832489. OFUNA umngani noma umaqondana angabhala athi: Izinhliziy­o ezibuhlung­u, P.O. Box 2159, Durban 4000. Incwadi kumele ihambisane ne-copy ye-id enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni. Ngeke ishicilelw­e incwadi engenayo le copy

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa