Ilanga Lempelasonto

EZEMISAKAZ­O:

-

KUKHONA izimo eziphoqayo ukuba uthathe izinqumo ezinzima empilweni ukuze uhlenge lokho okusuke kubaluleki­le. Umbono womlaleli esiwushici­lele kuyona le ngosi phambilini, ubukhuluma ngazo lezi zinqumo okumele zithathwe ngabaphath­i bemisakazo. Ngeshwa zonke izinqumo ngomsakazo ziba nomthelela ezintweni ezintathu: okungumqas­hwa ongumsakaz­i, izimakethe nabalaleli.

Kumele zikhathi zonke uma umphathi ethatha isinqumo akufake emqondweni nokuthi kuzosidla malini lokho isiteshi kuholelwa lowo oqashiwe. Khumbula phela ukuthi kwezinye iziteshi kakuholwa imali efanayo nge- shift kodwa yilowo nalowo msakazi unenkontil­eka ehlukile.

Kwezinye phela yinto engashints­hi ukuthi umsakazi uzohola malini ngamahora amathathu awachitha emoyeni. Kumele futhi abaphathi baqiniseki­se ukuthi lowo msakazi ululungele na lolo hlelo anikezwa lona.

Kumele phela angene khaxa, kungabi sengathi ufunzwe umthamo ongaphezul­u kwakhe. Kumele futhi kube ngoluqonda ngokuphele­le uhlelo nalokho okulindele­ke kuyena. Sinenkinga namuhla yabasakazi abazwakala bezihhumel­a nje ngenxa yokufakwa ezinhlelwe­ni ezingahamb­isani nabo.

Nasebholen­i kuyaziwa nje ukuthi umdlali othile unamandla uma edlala kuphi nenkundla. Kawukwazi-ke ukuthi uzosuka umfake esiswini ekubeni yena enamandla emapalini. Isinqumo esingasile somphathi senza kube seng kanti lutho, ufak mbisani naye. N ngoba phela wu usuke ezohola.

Okwesibili esi Ngeke umsakazo zo izimakethe no yizona phela ezi kwazo kuzosho u kwazi ukukhokh abasebenzi, kaw za kusebenza na umsakazo usebe

Okwesithat­hu leli. Cabanga nje osakazayo nobh Kubaluleki­le uk ukuba yisibunge

Lokhu kwenze zi ongu'ngqo' oh lwavuthisi­swa n luphakelwe thin lo ngezikhung­o e kwabalalel­i kod wukuthi kuthenj

Nabadayisa iz kuzona lezi zino kilayenti atheng kucaca ukuthi b sikhathi.

Lezi zinto ezi ziyahambis­ana z ngamabomu ngo ukuthi abaphath yini ukuthi ukh

 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa