Ilanga Lempelasonto

EKHISHINI:

-

IZITHAKO:

U-200g we- durum wheat spaghetti

U-15ml we- sunflower oil

U-10ml we- garlic egayiwe

U-anyanisi owodwa owenziwe izingcezu

U-400g wama- chicken fillet, enziwe izingcezu

U- 410g wethini likatamati­si oqotshiwe wahlutshwa U-250ml wobisi

U-100ml wamanzi

Iphakethe elilodwa leknorr Savoury Mince Dry Cook-in-sauce Uhhafu (125g) wama- cherry tomato, asikwe phakathi U-40ml wama- basil leave asemasha

INDLELA YOKWENZA:

Bilisa amanzi anosawoti (1.2 lt amanzi nosawoti owu-7.5 ml), ubilise ispaghetti sithambe kodwa hhayi kakhulu, bese usicwenga usibeka eceleni.

Shisisa amafutha ebhodweni elikhulu bese uthosa ugarlic no-anyanisi kuze kuthambe.

Faka ama- chicken fillet, uwathose aze abe nsundu kancane emasayi dini womabili.

Faka utamatisi, ubisi namanzi bese uthela iphakethe lakho leknorr. Kuyeke kubile ekushiseni okwehlisiw­e kwesitofu kube imizuzu eyi15 ulokhu ugovuza, bese ufaka ama- cherry tomatoes nohhafu we- basil uhlanganis­e.

Hlanganisa i- sauce yakho ne- spaghetti bese ukufaka esitsheni esikhu lu, ungahlobis­a ngezingcez­u ze- parmesan cheese ngaphezulu, yi- black pepper namahlamvu asele ebasil.

Makudliwe ngaso leso sikhathi.

 ??  ??
 ?? ISITHOMBE NGABE: KNORRWHATS­FORDINNER.CO.ZA *UMTHOMBO: KNORRWHATS­FORDINNER.CO.ZA ?? INYAMA yenkukhu kayishayi kakhulu ephakethen­i uma iqhathanis­wa nebomvu. Zama ama- enkukhu angezokudl­a iphakethe.
ISITHOMBE NGABE: KNORRWHATS­FORDINNER.CO.ZA *UMTHOMBO: KNORRWHATS­FORDINNER.CO.ZA INYAMA yenkukhu kayishayi kakhulu ephakethen­i uma iqhathanis­wa nebomvu. Zama ama- enkukhu angezokudl­a iphakethe.
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa