BAYANGICWASA ODADEWETHU
Mfowethu, okokuqala nje angizwelane nawe kulesi simo nobuhlungu obhekene nakho. Kubuhlungu impela kodwa-ke izimo ezinzima yizona ezisikhulisayo.
Into okufanele uyazi wukuthi ngeke uphole njengamanje kodwa ngokuhamba kwesikhathi kuzokwedlula. Okwesibili wukuthi kunezimo empilweni esingeke sazishintsha ngoba vele sezenzekile kodwa okwethu wukuzamukela.
Yingakho ngivamise ukuthi “uma usufuna ukuphola empilweni nokwamukela izimo - ubozitshela ukuthi konke okwenzekile sekwenzekile kwadlula.
Abanye baye bathi osekwenzekile kufana nobekudaliwe. Ukulokhu sizibuza imibuzo ukuthi kwenzeke kanjani yikhona okusibuyisela emuva.
Okokugcina engingakusho kuwena wukuthi ungathathi izinto ngenhliziyo, ugcine usuzwa obunye ubuhlungu bokujeziselwa ukuthi ugcine usuzibambela umthetho ngesandla, mhlawumbe ugcine ubolela ejele. uyayondla. Unezimfihlo, akafuni ngithinte nefoni yakhe, akafuni ngimvakashele ufuna ngibizwe nguyena. Uma ngikhona ukhombisa ukungenami noma kungena izingcingo zezintombi zakhe athi angihlangene nazo. Ngenzenjani Pastor?
IMPENDULO: PASTOR, osisi bami bayangibandlulula. Ngimdala kubona, sifike sixoxe ngezinto zasekhaya zokuthi asakhe, ngithi ngizwa sebekwenze bodwa konke.
Awuve ubuhlungu umoya wami. Yimina ebengibenzela yonke into ngisasebenza kahle. Ngikhathazekile.
IMPENDULO: Angiqale ngizwela-