Ilanga Lempelasonto

BATHINI ONGOTI?

- THANDI ZONDI

Isazi kwezobudle­lwano, esiphinde sibe ngumbhali wencwadi ethi: Embracing Conflict, upaula Quinsee, siphawula kwi- osebenzayo, okholwayo owesaba unkulunkul­u, ongaphuzi, ongabhemi, ohlala KwazuluNat­al. Makube ngonengane eyodwa ngoba nami ngineyodwa. Abadlalayo bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi 082 081 8935

* NGIYINTOKA­ZI eneminyaka engama-48 ubudala. Ngicela ukuxhunyan­iswa nobaba oneminyaka esyukela kwengama-48 kuya kwengama-65 ubudala. Abadlalayo nabasemaje­le ngicela bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi: 073 103 3223

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-40 ubudala. Ngifisa ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-40 kuya kuma-60, ozaziyo ukuthi udingani empilweni. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo. Ngitholaka­la kwethi: 078 546 3134

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-32 Destiny Connect, sithi kumele uqhelelane nomndeni uma usuqala ukuba nomthelela ongemuhle empilweni yakho. Njengokuth­i uzithola usunengcin­dezi noma uzizwa ukhathele emzimbeni nasemphefu­mulweni. Uthi uma ubona ukuthi uqhekeko nokungezwa­ni okukhona emndenini wakho sekuqala ukukuphaza­misa empilweni, zama ukuthi ilungiseke inkinga noma uziqhelela­nise nawo. Uqhuba athi uma futhi ubudlelwan­o obungebuhl­e emndenini wakho sebuqala ukuba nomthelela emshadweni, kuphathina wakho nasezingan­eni zakho kumele uqale udle amathambo engqondo ngesinqumo sokuziqhel­elanisa nawo ngoba kusuke sekucaca ukuthi ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka eyi-18 kuya kwengama-32 ubudala. Makube ngumuntu ohloniphay­o, othembekil­e, owaziyo ukuthi ufunani empilweni futhi ongenayo ingane ngoba nami anginayo. Ngifuna okulungele ukuyohlola igazi. Ngicela bangangith­inti abadlalayo, abaphuzayo, ababhemyo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 081 752 6979

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama 29 ubudala, ngigqoka u-size 36 okhalo. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka eyi-18 kuya kwengama-25 ubudala. Makube yintokazi enhle, eme kahle, epakishile. Ngidinga umuntu omesabayo unkulunkul­u, onesimilo, ozithobile futhi osebenzayo. Makube ngumuntu okulungele ukuyohlola igazi. Ngidinga ofuna uthando lweqiniso hhayi odlalayo. O-please call me, abaphuzayo, nababhemay­o bangazihlu­phi. Ngitholaka­la ukungezwan­i okukhona kukubangel­a inkinga empilweni yakho.

Kanti umbhali wencwadi ethi Unfathered, udkt Disa Mogashana naye uvumelana nalo mbhali ongenhla.

Uthi kusuke sekuyisikh­athi sokuba ushintshe ukucabanga ngobudlelw­ano basemndeni­ni obunemiphu­mela engemihle empilweni.

Uqhuba athi lolu hlelo lobudlelwa­no lungakwenz­a uzizwe isithunzi sakho sidicilele­ke phansi futhi uzibone ungenamseb­enzi walutho emndenini.

Uthi kubi futhi uma abantu bakini bezokuhleb­a, bakhulume kabi ngawe kodwa benze sengathi banendaba nawe ekubeni bekuphahle­ka ngodaka, bengcolisa igama lakho. Kuyenzeka futhi uthole ukuthi umndeni wakho ugcina ukuxabanis­a ngisho nabanye abantu bangaphand­le, abangewona amalunga omndeni. kwethi 072 796 1682

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-43 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30 kuya kwengama-43, ongenayo ingane noma enazo kulungile. Ulungile futhi nowadivosa, wamukeleki­le. Ngitholaka­la kwethi 083 980 5487

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-40 ubudala. Angimude futhi angimfusha­ne. Ngiyakhany­a ngebala, ngiphila impilo yobu-lesbian. Ngicela uthando komunye wesifazane. Nginothand­o nami. Ngicela kube ngumuntu oneminyaka engama-40 kuya kwengama-45, ongahlali kude netheku. Makube ngumuntu ongaphuzi nongabhemi. Ngitholaka­la kwethi 074 411 4780

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-29 ubudala. Ngifisa ukuxhunyan­iswa nowesi- le wazi ukuthi yisinqumo esinzima leso futhi esizoba nomthelela othile. Okumele ukwazi wukuthi usuke ungeke usaba yingxenye yempilo yabantu abathile uma uthatha isinqumo sokuphuma emndenini. Uthi kubaluleki­le ukuba ukwazi ukusimela isinqumo sakho.

“Uma ukhetha ukuqhelela­na nomndeni wakho, kumele uqonde ukuthi lokho kuzoba nemiphumel­a nokuthi lokho kusho ukuthini, nokuthi uzokwazi yini ukumelana nemiphumel­a yakho,” kusho yena.

Ngokusho kwakhe, kungenzeka uzitshele ukuthi yisinqumo esikulunge­le lesi kodwa ngokuhamba kwesikhath­i uzisole ngaso. “Uma usuzisola kumele futhi uzibuze ukuthi kungabe uzimisele yini ngokubuyel­a emuva uyokwakha kabusha ubudlelwan­o,” esho.

Udkt Mogashana umile ekutheni uma usuthathe isinqumo sokuqeda ngobudlelw­ano, kufanele ungabi nandaba ngoba lawo malungu omndeni oziqhelela­nise nawo vele awanaqhaza empilweni kodwa axova umphefumul­o wakho.

Uma kungukuthi kawukazimi­seli ngokuhluka­na namalungu omndeni, uthi indlela engcono ngeyokuziq­helelanisa nawo, hhayi ukuthi uqede ubudlelwan­o.

“Ningahlang­ana ezintweni ezibalulek­ile zomndeni njengasemn­gcwabeni kodwa ungaxhuman­i nawo nsuku zonke. Uma ekubhalela umyalezo waphendule uma uthanda,” kuqhuba yena.

tzondi@ilanganews.co.za fazane oneminyaka engama-23 kuya kwengama-27 ubudala. Angaba nengane eyodwa. Makube ngongaqhel­ile nakwahlabi­sa. Ngitholaka kwethi 082 640 6782

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-45 ubudala. Angiphuzi futhi angibhemi. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-45 kuya kwengama-47 ubudala. Ngitholaka­la kwethi 074 463 1458.

 ?? ISITHOMBE NGABE: ROLLING OUT ?? UKUNGEZWAN­I emndenini kungakudal­ela ingcindezi, kugcine kuphazamis­eke impilo yakho.
ISITHOMBE NGABE: ROLLING OUT UKUNGEZWAN­I emndenini kungakudal­ela ingcindezi, kugcine kuphazamis­eke impilo yakho.
 ?? ISITHOMBE NGABE: TEJUWRITES ?? AYIKHO into enhle njengomnde­ni obumbene, ozwanayo futhi owenza izinto ngokubambi­sana.
ISITHOMBE NGABE: TEJUWRITES AYIKHO into enhle njengomnde­ni obumbene, ozwanayo futhi owenza izinto ngokubambi­sana.
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa