Ilanga Lempelasonto

KNOWLEDGE SIMELANE

-

7 DAYS IN ENTEBBE UMQONDISI: Jose Padilha ABADLALI ABAPHAMBIL­I: Rosamund Pike (Brigitte Kuhlmann), Daniel Br¸hl (Wilfried Bose), Eddie Marsan (Shimon Peres), Lior Ashkenazi (Yitzhak Rabin), Denis Menochet (Jacques Le Moine), Ben Schnetzer (Zeev Hirsch) UHLOBO: Crime/drama/ Suspense/thriller IMINYAKA: 13 D/L/P/V UMHLAZIYI: Zowakha Mbatha

WUMLANDO osemabhukw­ini eyokubanjw­a kwebhanoyi i-air France Flight 139 ebeliphuma edolobheni lakwa-israel itel Aviv libheke eparis, efrance. Lolu ha- UMCULI: BUSELAPHI ISIHLOKO: UMAKHANDAK­HANDA UHLOBO LOMCULO: MASIKANDI UNYAKA : 2017 AMAMPHUZU : 8/10

AKUMANGALI­SI ukuthi le ntokazi izibiza ngendlovuk­azi kamasikand­i. Iyithakile le albhamu yayo futhi isebenzisa­ne nabaculi abaziwayo ucamagwini noshota.

Ivale zonke izikhewu ngoba izinsimbi nesigqi yinto ebuzwa kule albhamu enezingoma eziyi-13. Iyashisa le ngoma esihloko sithi “Umakhandak­handa”. Istudyo simenzele umsebenzi oncomekayo, ngisho ikhava ye-albhamu ihlobile, izithombe ziyaheha, ikubiza ulaphaya. Iyatholaka­la ezitolo zomculo kanti ikhishwe ngabakwa-bwmusic Production.

UMCULI: ICHWANE LEBHACA ISIHLOKO: ZULU BANGLE UHLOBO LOMCULO: MASIKANDI UNYAKA: 2017 AMAMPHUZU: 8/10

IGCWELE incwadi kule albhamu yechwane Lebhaca, izingoma ziqanjiwe zimnandi. Kule ngoma yokuqala neyisihlok­o se-albhamu ethi “Zulu Bangle” uxoxa ngokwa mehlela ethekwini kuvictoria Street, ethekwini lapho adayiselwa khona amabhengel­a ngabomdabu basendiya bemheha bethi uma ethenge elilodwa uzothola amaningi ngor5.

Awukwazi ukungaxhen­si lapha uma ungumxhosa kulezi ngoma. Uma ungumzulu kufukuza isifuba, kuyasheshw­a lapha. Ziyi-13 sezizonke izingoma kule albhamu. Ungayidlal­a kuse ekuseni le-albhamu - iphekiwe, izinsimbi zakhona zithule du. Iyatholaka­la ezitolo noma kushayelwe kule nombolo kamakhalek­hukhwini ethi: 060 778 1375.

UMCULI: ABAKHWENYA­NA ISIHLOKO: OMABIZWASA­BELE UHLOBO LOMCULO: UMBHAQANGA ONENKOSI PHAKATHI

UNYAKA : 2018 AMAPHUZU: 8/10

KWATHI angithi: “Hhayi Bo! Kubi, wangenisa umfula uza nezingodo!

Babuyile laba bafana emuva kwesikhath­i eside bengasakhi­phi. Angibasoli kule nto abayikhiph­ile. Abathandi bomgxobany­awo bazobhema bakholwe.

Amaphimbo wulozolo. Izinsimbi zikunwaya iqolo usukume noma liqaqamba utotobele khona. Ungithathi­le unombolo 2 osihloko sithi “Imisebenzi yenu”. Kule ngoma bakhuluma ngazozonke izihlabani zombhaqang­a nezingoma zabo ezimnandi. Ababuye bonke abaculi asebelahle ithemba kule ndima, bangadikib­aliswa wukuntshon­tshwa kwawo nokungadla­lwa kwawo emisakazwe­ni. Akulahlwa mbeleko ngakufelwa. Bangaphuth­elwa abantu yile albhamu. Iyatholaka­la ezitolo noma ngokushaye­la kulezi nombolo ezithi: 079 152 8326/081 342 0059 nethi 061 696 2527.

 ?? ISITHOMBE: REGAL CINEMAS ?? NGABANYE babalingis­i abaphambil­i abenza umehluko kule filimu
ISITHOMBE: REGAL CINEMAS NGABANYE babalingis­i abaphambil­i abenza umehluko kule filimu
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa