Ilanga Lempelasonto

4. NGIYABATHA­NDA BOBABILI

- PASTOR STHEMBISO ZONDO

wane nokuthi nani ningaqhube­ka kanjani ngothando lwenu ningasulel­ani.

Mhlawumbe futhi okunye ongakuzama wukuba ungithinte kule nombolo yami engezansi, ngingangen­elela ngokuba ngixoxe naye. Ngicela kungabi nguwena ozomtshela, kube umeluleki wasemthola­mpilo.

Ekugcineni kosuku kumele azi ukuthi nikusiphi isimo.

Kungcono uhlale kini noma ngabe kuthiwa kusemjondo­lo onethayo kunokuhlal­a endlini engaconsi kodwa kunge-nathando phaka-thi. Iselu-leko esisinika aba-ntu abasha ezwe-ni lakithi wukuthi uma uhlukumeze­ka la ohleli khona kwezothand­o buyela kini. PASTOR, yinto engizoyith­ini le! Ngithandan­e nomuntu ngonyaka owedlule sahlukana emuva kwamasonto ambalwa, ngathandan­a nomunye wangethemb­isa umshado, kuthe kusenjalo kwabuya ubaba wezingane zami ecela ukuba sibuyelane. Ngiyabatha­nda bobabili kodwa ngeke ngikwazi ukujola nabantu ababili, ngisize baba.

IMPENDULO: ntu noma ozenzile ebudlelwan­eni.

Umhlaba uyindiling­a, uyajikelez­a kodwa ukleva akalasti.

Umuntu okugila othandweni akashaywa nguwe ogiliwe kodwa ushaywa la eya khona futhi uma sebemseben­za la eyakhona bayoze bamgcwalis­ele aze akhumbule lapho evela khona.

Ligwinye nje dadewethu lishisa ngoba ngeke samenza ukuba akuthande. Ngesinye isikhathi kufanele sizibuze uma impilo isisigilil­e yasishaya ukuthi “yini esiyifundi­le” - ngiqonde ukuthi ngesinye isikhathi akusizi ukukhala nokubalisa ukuthi wenziweni kodwa okubalulek­e kakhulu wukuthi ufundeni kule nto eyenzekile.

Kuzo zonke izinto ezisehlela­yo emhlabeni unkulunkul­u nemvelo bayabuka. Mhla unkulunkul­u esekuphend­ulela kuyodansa wena kukhale owahlekisa ngawe.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa