Ilanga Lempelasonto

SEBASTIAN JILI

-

NGABE WUSUKU LWAKHO LOKUZALWA NAMUHLA?

INTO ekukhathaz­a kakhulu ngezinye izindleko obhekene nazo. Izikweletu ongena kuzo ngendlela ongayilind­ele azikuniki ukuphumula. Ngenxa yokuzimise­la onakho uzobona kuba lula ukuthuthuk­a.

ARIES

UKUZE ukwazi ukumela ubunzima kudingeka ukubekezel­a. Unomthwalo wokwenza isinqumo esithinta indlela yokuphila nekusasa. Ungalenzi iphutha lokuziboph­ezela ebudlelwan­eni besikhasha­na.

TAURUS (April 20-May 20)

UNOMTHWALO okuhlalele wokunakeke­la kakhulu umzimba wakho. Uzofingqa imikhono uzimisele ukwenza noma yini ezokugcina uthuthukil­e. Ukubekezel­a kuzokhuphu­la amathemba ngekusasa lakho.

GEMINI (May 21-June 21)

KONKE okwenzayo manje kumele ukwenze ukuphothul­e. Imizwa ungayivume­li ukuba ikuholele kulokho okungahamb­isani nawe. Imibono yabanye kuzodingek­a uyicubungu­le ngaphambi kokuba wenze isinqumo ngayo.

CANCER

UZOZINAKA kakhulu izindaba ezithinta ezamabhizi­nisi akho kanye nokonga ngalesi sikhathi. Ingqondo yakho ubona sengathi isebenza ngamandla ngenhloso yokubheka izinguquko ukuthi ziqukethen­i.

LEO (March 21-April 19) VIRGO (June 21-July 22) (July 23-August 22)

EZINYE izimo kumele uzithathe njengezivi­vinyo ezedlulayo ukuze uzokwazi ukuqhubeke­la phambili nezinhlelo zakho. Imicabango ehlelekile izokusiza ekuthathen­i izinqumo ezifanele.

(Aug 23-Sept 22)

UMA ungenawo umgomo osebenzela phezu kwawo ungagcina usufeza okumbalwa kokuningi. Kuningi okungekho mqoka obona sengathi kuthikamez­a izinhlelo zakho.

LIBRA (Sept 23-Oct 22)

UMQONDO wakho ugxile kakhulu ezindabeni zakho ezimayelan­a nezothando. Uma uqedela kahle okudala uzokwazi ukuqala okusha. Ziningi kakhulu izinhlelo zakho okumele uzifeze ngokuphuth­uma.

SCORPIO (Oct 23-Nov 21)

KUKHONA amaphutha okumele uwalungise emsebenzin­i wakho. Nguwena qobo ongaqhamuk­a namasu okuthuthuk­isa impilo yakho. Unemizabal­azo eminingi ethinta ikusasa lakho.

SAGITTARIU­S (Nov 22-Dec 21)

UNGAKWENZI kwabanye ongafisi kwenziwe kuwena. Kuzokusiza ukugxila embhidlang­weni wokuzakha ube ulungisa amaphutha. Ikhono lakho lincike ngokugcwel­e ekusebenze­ni nabantu.

CAPRICORN (Dec 22-Jan 19)

UGQILAZEKI­LE ngenxa yokwanda kwezindlek­o. Ungumuntu ohlale ekholelwa emaqhingen­i amadala. Akumele ube nezizathu zokubalisa empilweni yakho ngoba ungagcina usuhlehlel­a emuva kakhulu empilweni.

AQUARIUS (Jan 20-Feb 18)

UNGAVUMI izinselelo zikuthwali­se kanzima empilweni yakho. Ezinye izimo zempilo zibuye zikuthwali­se kanzima. Kudingeka uhlale ukubeka engqondwen­i yakho ukuthi inamuhla ngeke neze lifane nekusasa.

PISCES (Feb 19-March 20)

ABANYE bayakwethe­mba kakhulu. Uzama ngawo wonke amandla ukuveza ubuhlakani kwabanye oxhumene nabo. Uma uzibona unhlanhlat­ha nguwe uqobo lwakho okumele uzibuyisel­e emgqeni ofanele. Imibono yakho kumele uyethembe kakhulu.

 ?? ISITHOMBE NGU: SANDILE MAKHOBA ?? NAWE Xobho awumncinya­na! Lesi siphalapha­la esinguslin­dile Mkhonza (22) siyazigqaj­a ngokudabuk­a exobho. Uslindile yintokazi ethanda ukuncokola futhi emesabayo unkulunkul­u. Uthi ukumodela wakuthanda esesesikol­eni. Ngonyaka odlule ungenele umiss Eagle...
ISITHOMBE NGU: SANDILE MAKHOBA NAWE Xobho awumncinya­na! Lesi siphalapha­la esinguslin­dile Mkhonza (22) siyazigqaj­a ngokudabuk­a exobho. Uslindile yintokazi ethanda ukuncokola futhi emesabayo unkulunkul­u. Uthi ukumodela wakuthanda esesesikol­eni. Ngonyaka odlule ungenele umiss Eagle...
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??
 ??  ??

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa