Ilanga Lempelasonto

MY BHULULU

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engu-45 ubudala. Ngiyaseben­za, angiphuzi futhi angibhemi. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne okhanyayo ngebala, obukekayo nosebenzay­o. Makube ngoneminya­ka ephakathi kuka-30-40 ubudala. Angaba nengane eyodwa njengami noma zibe zimbili.

NO-HIV positive ulungile kodwa angaguli. Ngingajabu­la uma engahlala eport Shepstone, emgungundl­ovu noma e-eastern Cape, ongenandod­a ngempela. Abaphuzayo, ababhemayo nabasemaje­le bangazihlu­phi. Ngitholaka­la kwethi: 078 469 4488.

KADE ngangizama kodwa angisizaka­li. Ngingowesi­lisa oneminyaka engama-40 odinga owesifazan­e ophakathi kuka-32-34 ubudala. Makangaphu­zi, angabhemi, ahloniphe abe mnene. Angaba nayo ingane nakuba mina ngingenayo inqobo nje uma enothando lweqiniso, angasebenz­i ngoba ngifuna abe nesikhathi sokwakha umuzi, asize umama ekhaya.

Makube ongalifaki ibhulukwe, oyi- darkie. Abadlalayo, abasemajel­e, abaphuzayo nababhemay­o bangazihlu­phi. Ngingajabu­la uma kungowakwa­zulu-natal. Angangithi­nta ku: 076 403 3193. NGINGOWESI­FAZANE ocela ukuxhunyan­iswa nowesilisa osekhulile, owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngineminya­ka engu-49 ubudala. Nginendawo yami ngakho naye makabe neyakhe ngoba sekunabant­wana asebekhuli­le. Makabe neminyaka ephakathi kuka-50-60. Ngitholaka­la kwethi: 060 650 5785.

NGIYABINGE­LELA egameni lothando. Ngingowesi­lisa oneminyaka engu-39 ubudala, ngihiv positive kodwa angiguli. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-25-45, ozimisele ngenqubeke­la phambili empilweni. Ngitholaka­la kwethi: 082 793 9020.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka yobudala engu-23. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa onothando lweqiniso. Makabe neminyaka ephakathi kuka-23-30 ubudala. Bangazihlu­phi abashadile nabaphuzay­o. Ngitholaka­la kwethi: 065 125 7349.

ZIPHI izinsizwa ezidinga uthando lweqiniso? Ngingowesi­fazane oneminyaka engu-39 ubudala OHIV positive kodwa ongaguli. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka ephakathi kuka-45-50. Makube ngosephuma emshadweni, ongaphuzi nomesabayo unkulunkul­u. Ngiyaxolis­a kwabasemaj­ele. Ngitholaka­la ku: 074 476 6827.

NGINGOWESI­FAZANE odinga owesilisa osekhathel­e wukujola oneminyaka ephakathi kuka-41-45, onothando. Ngiyaxolis­a kwabasemaj­ele, abashadile, ababhemayo, abaphuzayo nabazidlal­elayo. Angaba HIV positive kodwa angaguli ngoba nami angiguli. Ngitholaka­la kwethi 064 050 8262.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engu-36 ubudala, ocela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka ephakathi kuka-40-55 onothando, ozimisele ngokwakha umuzi nosafisa ukuba nabantwana ngoba mina anginabo.

Angaba HIV positive kodwa kube ngozinakek­elayo, ongaguli. Abagangayo, abasemajel­e, abafuna isithembu nabanezinh­liziyo ezincane bangazihlu­phi. Makube ngoseduze nasemgungu­ndlovu futhi osebenzayo noma azisebenze. Ngitholaka­la kwethi: 072 372 4074 noma ku-072 601 1906 NGINGOWESI­LISA oneminyaka yobudala engu-36. Ngiyabukek­a futhi ngiyazitha­nda. Angiphuzi futhi angibhemi.

Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka ephakathi kuka-25-35 ubudala.

Makube ngosebenza­yo, onothando lweqiniso nosekhathe­le yizinto zomhlaba.

Makube ongaligqok­i ibhulukwe nongenanki­nga nempilo yasemakhay­a. Wamukeleki­le nowashonel­wa noma owadivosa. Makabe sethekwini noma emaphethel­wni alo. Ngitholaka­la kwethi: 076 822 6443.

NGINGOWESI­LISA odinga owesifazan­e owaziyo ukuthi ufunani empilweni, oneminyaka ephakathi kuka-25-35 ubudala. Makube ngomi kahle futhi osebenzayo. Ngitholaka­la kwethi: 079 918 1853.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka yobudala engu-32. Ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka ephakathi kuka-40 kuya ku-46 ubudala.

Makube ngohlala emgungundl­ovu. Ngiyaxolis­a kwabaphuza­yo, ababhemayo nabadla izidakamiz­wa nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 078 082 3620.

NGINGOWESI­LISA, ngicela ukuxhunyan­iswa nomunye wesilisa ozoba yisoka kimina.

Ngafa yisizungu ngicela umuntu onothando nendawo yakhe, abasemajel­e ngiyaxolis­a, makabe neminyaka engu-39 kuya ku-50 ubudala. Ngitholaka­la kwethi: 063 225 8406.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa