Ilanga Lempelasonto

EKHISHINI:

-

Isikhathi sokulungis­a: 15 wemizuzu Isikhathi sokubhaka: 10-12 wemizuzu

IZITHAKO:

95g ka-flour;

4g baking powder;

2g usawoti;

4x amaqanda;

150g castor sugar;

28g canola oil;

60g icing sugar wokuthela ikhekhe.

FROSTING:

250g cream cheese;

60g icing sugar;

240g whipping cream;

5ml vanilla extract; Strawberry jam.

Ngaphambi kokuba uqale, zonke izithako mazibe kwi- room temperatur­e, shesha uzikhiphe efrijini.

1. Shisisa u- oven uwubeke ku-180. 2. Hlanganisa ushukela, vanilla extract namaqanda kwi- mixer, ukushaye

kuze kube mhlophe kube negwebu. Thela amafutha.

3. Sefa u- flour, baking powder, nosawoti Thela kwi- mixer kube izigaba ezintathu. Wenze ngesineke. 4. Lungisa ipani lokubhaka uligcobe ngebhotela noma ufake i- baking sheet. Thela inhlama yakho.

Bhaka imizuzu ewu-10- 12.

5. Thela u- icing sugar kwi- baking sheet, bese ukhiphela khona ikhekhe, liphendule uwuthela futhi. Lokhu kusiza ukuba lingabambe­leli uma usuligoqa.

6. Ligoqe lisashisa ikhekhe, bese ulilinda liphole.

7. Livule ugcobe ujamu kuqala bese ufaka i- cream cheese, uyigcobisi­se. Ligoqe futhi ulibeke efrijini ihora elilodwa.

8. Likhiphe, uvuvuzele u- icing sugar kulona ulihlobise.

FILLING:

1. Shaya i- cream cheese, whipping cream ne- icing sugar kuze kuhlangane kube bushelelez­i, bese ugcoba ikhekhe okwesamish­i, ufake ujamu.

* BAKING TIP

Ligoqe lisashisa ikhekhe ungalindi liphole ngoba lingahleph­uka uma selibanda.

Contact details: Whatsapp: 0731459393 Facebook: Desbaked Instagram:desbaked Email: info@desbaked.co.za Isikhathi sokulungis­a: 15 wemizuzu Isikhathi sokubhaka: 25-30 wemizuzu

IZITHAKO:

90g webhotela;

165g canola oil;

160g amasi;

2x amaqanda;

5ml vanilla extract/paste;

150g castor sugar;

240g u- flour;

1tsp baking powder;

25g cocoa powder;

1/2tsp usawoti;

10 drops red food colouring.

CREAM CHEESE FROSTING:

225g ibhotela 125g icing sugar 300g cream cheese

Ngaphambi kokuba uqale zonke izithako mazibe kwi-room temperatur­e, shesha uzikhiphe efrijini.

1. Shisisa u-oven uwubeke ku-160.

2. Hlanganisa ushukela, vanilla extract nebhotela kwi-mixer, ukushaye kuze kubemhloph­e kuthambe.

3. Faka amaqanda ngalinye ngesikhath­i kuze kuhlangane kahle. Thela amasi namafutha. Faka i- food colouring.

4. Sefa u- flour, i-baking powder, i-cocoa powder nosawoti.

Thela kwi- mixer kube izigaba ezimbili. Yenza ngesineke. 5. Ungayixovi kakhulu inhlama. 6. Lungisa ipani lokubhaka uligcobe ngebhotela noma ufake i- baking sheet. Thela inhlama yakho. Bhaka imizuzu ewu-25. Libeke kwi- wirerack ukuze liphole.

FROSTING:

1. Shaya ibhotela, i- vanilla extract no-icing sugar kuze kuhlangane kubebushel­elezi. Gcoba ikhekhe nekhekhe okwesamish­i.

Baking Tip

I- food colouring ungayikala ngokuthi ufuna umbala ugqame kangakanan­i.

 ??  ?? KULULA UKUYENZA NGISHO EKHAYA I-SWISS ROLL.
KULULA UKUYENZA NGISHO EKHAYA I-SWISS ROLL.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa