Ilanga

SISETHUKIL­E SINGABALAN­DELI BAKANCWANE

- Lucia

MHLELI: Iyadumaza indaba kamkaNcwan­e, u-Ayanda benomameza­la wakhe ngoba laba bantu kumele ngabe basazilile. Phela akukapheli nonyaka ehambile uSfiso.

Thina balandeli bakaSfiso nje, sisathunuk­ala futhi sisabuye singakholw­a ukuthi akasekho kodwa sekwenziwa imicimbi. Le nto yalo mndeni ifikisela ngosizi, mabahlale phansi bathobelan­e njengomnde­ni. Bakhumbule ukuthi okoniwe ngomlomo kulungiswa ngawo futhi.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa