Ilanga

ZITHOLELE U-MY BHULULU

-

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-26 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-30-33 ubudala. Makube ngumuntu ophila impilo yobu-gay kodwa ofihlile, ozoba yintombi kimina. Ngingajabu­la ukuthola ohlala eduze neTheku. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 074 032 2764.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-48 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-35-55 ubudala. Makube ngumuntu onenqubeke­la phambili, owaziyo ukuthi ufunani empilweni, ozimisele ngokuthola uthando. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 081 821 6599.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-55 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-53-55 ubudala. Makube ngumuntu odinga uthando lwangempel­a, ozimisele ngempilo eya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 071 621 1011.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-37 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu osebenzayo ngoba nami ngiyaseben­za futhi ngifuna umuntu ozimisele ngothando oluya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 078 667 9960.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-46 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-46-70 ubudala. Ngicela umuntu onothando futhi ozimisele ngokuthola uthando lweqiniso, osekhulile ngokomqond­o. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 083 941 3016.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-66 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-56-60 ubudala. Makube ngumuntu okulungele ukuthi ngizohlala naye ngoba ngashonelw­a ngunkosika­zi ngakho ngizimisel­e ngothando oluya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 084 648 7731.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-28 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu ohlala eGoli ozimisele ngokuphili­sana nami, owaziyo ukuthi udingani empilweni. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 071 367 9541.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-39 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-40-45 ubudala. Ngicela umuntu odinga uthando lweqiniso, owaziyo ukuthi udingani empilweni, ozimisele ngothando oluya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 079 327 2689.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-33 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-23-36 ubudala. Makube ngumuntu wesifazane owaziyo ukuthi udingani empilweni, ozimisele ngothando nempilo eya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 079 462 8555.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-30 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-21-35 ubudala. Makube ngumuntu ozimisele ngomendo wangempela, sishade sakhe umuzi naye, osekhathel­e okomhlaba. OFUNA umngani angabhala athi: Izinhliziy­o Ezibuhlung­u, P.O.Box 2159, Durban, 4000. Incwadi kumele ihambisane ne-copy ye-ID enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni. Ngeke ishicilelw­e ingenayo le copy.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa