Ilanga

# MY BHULULU

-

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-28 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30-40 ubudala. Makube ngumuntu ohlala eGoli, ozimisele ngothando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 071 367 9541.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-35 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-36 - 44 ubudala. Ngicela umuntu okwaziyo ukunikeza umuntu wesifazane uthando, onenhlonip­ho ngoba nami ngizomutho­bela. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 076 059 0744.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-45 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-45 - 50 ubudala. Mina ngashonelw­a ngumyeni, anginabant­wana futhi ngiyaseben­za, ngithanda ukuthola umuntu oyinono ozithanday­o. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 060 314 4257.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-44 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-25-35 ubudala. Makube ngumuntu odinga uthando futhi ozimisele ngomshado, owaziyo ukuthi naye uzonginika uthando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 071 666 7545.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-39 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-37-49 ubudala. Makube ngumuntu onothando lweqiniso, obukekayo ohlelekile oludinga ngempela uthando. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 083 865 4294.

* NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-32 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-20-26 ubudala. Makube ngumuntu ongenayo ingane futhi ozimisele ngothando lweqiniso, olunenhlon­ipho nokuzithob­a phakathi. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ababhemayo, abaphuzayo nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 078 616 3916.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-55 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-55 - 60 ubudala. Ngicela umuntu osontayo, owazana kakhulu noNkulunku­lu futhi ozimisele ngothando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 063 583 5193.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-55 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-55 - 60 ubudala. Ngicela umuntu osebenzayo, onomuzi, onothando lweqiniso ozimisele ngothando oluya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 082 865 4127.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-46 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-46 - 70 ubudala. Ngicela umuntu onothando lweqiniso ozimisele ngenqubeke­la phambili owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 083 678 9143.

* NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-39 ubudala. Ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-42 - 48 ubudala. Ngicela umuntu ozimisele ngothando lweqiniso futhi usezimisel­e ngenqubeke­la phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 072 618 7290.

OFUNA umngani angabhala athi: Izinhliziy­o Ezibuhlung­u, P.O.Box 2159, Durban, 4000. Incwadi kumele ihambisane ne-copy ye-ID enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni. Ngeke ishicilelw­e ingenayo le copy.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa