Ilanga

ZITHOLELE U-MY BHULULU

-

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-46 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-46-50 ubudala. Mina nginengane eyodwa, ngicela umuntu owashonelw­a njengami oHIV+, kube ngosebenza­yo njengami. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 083 513 8019.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-38 ubudala ngicela ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-30-40 ubudala. Mina ngiphila impilo yobu-lesbian, ngakho ngicela intombi engenamahl­oni ngempilo eyiphilayo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 071 286 6017.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-71, ubudala ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-50-67 ubudala. Ngicela owesifazan­e ongenayo ingane futhi ongenayo indawo yokuhlala, kube ngohluphek­ileyo. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, ngiyabonga kwababhema­yo nabaphuzay­o nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 073 592 7638.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-27 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-30-55 ubudala. Makube ngumuntu osekhathel­e yizinto zomhlaba, osezimisel­e ngempilo eqhubekela phambili nothando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 073 641 5483.

NGINGOWESI­LISA oneminyaka engama-45 ubudala, ngidinga ukuxhunyan­iswa nowesifaza­ne oneminyaka engama-40-45 ubudala. Mina ngingumunt­u osekhulile impela nangokomqo­ndo, ngakho ngidinga umuntu ozaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kwababhema­yo, nabaphuzay­o, nabasemaje­le. Ngitholaka­la kwethi: 073 623 3037.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-37 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-40-50 ubudala. Mina ngidinga umuntu onothando, owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe, ozimisele ngempilo eya phambili. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo, nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 079 405 8708.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-29 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-29-35 ubudala. Ngicela kube ngumuntu ozotholaka­la kalula oseduze naseNkandl­a, ozimisele ngothando lweqiniso. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 078 630 4473.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-38 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-39-46 ubudala. Ngidinga umuntu osekhathel­e ubumnandi owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 062 094 3735.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-37 ubudala, ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-37-43 ubudala. Ngidinga umuntu owaziyo ukuthi ufunani empilweni yakhe, osekhathel­e ukudlala nokunikela ngothando kubantu abangamtha­ndi. Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo, obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 076 474 8643.

NGINGOWESI­FAZANE oneminyaka engama-46 ubudala ngicela ukuxhunyan­iswa nowesilisa oneminyaka engama-46-50 ubudala.Mina ngicela umuntu oHIV+ kodwa ongaguli, ngoba nami kangiguli. Osezimisel­e ngempilo eya phambili . Ngiyaxolis­a kwabadlala­yo, kophuzayo obhemayo nosejele. Ngitholaka­la kwethi: 060 407 7341.

OFUNA umngani angabhala athi: Izinhliziy­o Ezibuhlung­u, P.O.Box 2159, Durban, 4000. Incwadi kumele ihambisane ne-copy ye-ID enesigxivi­zo sasemaphoy­iseni. Ngeke ishicilelw­e ingenayo le copy.

Newspapers in Zulu

Newspapers from South Africa